Womi Isaac, – Gabazi Micheal, Ndila Moses Dlamini

Sanibona ekhaya kwaKhumbula ekhaya. igama lami ngingu Ndila Moses Dlamini osesithombeni ozalelwe KwaZulu-Natal endaweni yase Nkraanskob eMakhabeli esigodini eMadekeni. ngizalwa uBaba u Antony Dlamini kumama u Losfina Dlamini abangasekho emhlabeni.. Ngisacela ningifunise abafowethu engizalwa nabo u Womi Isaac Dlamini owayekhonjwa e Hostel eGoli kanye no- Gabazi Micheal Dlamini okhonjwa Kraanskop angazi kuphi ne Kraanskop.. mina sengahlala eNanda ethekwini endaweni yase Congo area 5.
izinombolo eningangithola kuzona 0733742420 Siphamandla indodana.. 0735603499 Busisiwe nkosikazi….0726485163 Ndila Moses…. noma ningazise via email smolefentombela@gmail.com .
ngiyabonga ozithobayo Moses Ndila Dlamini… bengisacela ningithulele umyalezo noma e-mail ezongazisa ngosuku lapho isicelo sami sizovela ngaso ku TV.

Leave a Reply