Nomvula Dube

sawubona khumbulekhaya igama lami Nomvula wakwa Dube bengicelwa ukufuniswa umama wami Zandile Dube owahamba ekhaya ngimncane eyosebenza Goli…kuze kube manje akabuyanga ekhaya ngyamdinga kakhulu empilweni yami kuningi nje okungihluphayo…mina angimaz ugogo mesho uthi wahamba ngisandakuzalwa akadingwa yimina ngedwa nosisi bakhe bayamdinga nabazali bakhe…igama lagogo wami ongumama wakhe Nestar Zwane ubaba wakhe Mpini Dube nosisi bakhe Thandiwe, Nombenhle,Nomthandazo, umfowabo Bheki Dube…ngajabula uma ngasizakala ngyabonga

One response to “Nomvula Dube

Leave a Reply