pls help me finding my father

Gama lami ngingu Klondike ntshangase ngihlala ndaweni yase shongweni dam lapho ngiganele khona isibongo salapho ngiganele khona kuka ngcobo.azalwa ngo 189 june 2.sesiside impela isikhathi ngizama kubhalela kwakhumbulekaya kodwa phinde isimpendulo.ngicela kufuniswa ubaba wami engingamazi gama lake fungi bhekmuzi/Mbeki luthuli okuthiwa uhlala emlazi Kwa G section lapho hlala khona no mdeni wakhe.behlala kwamagoso isbongo.kanti umfowabo kuthiwa busani luthuli kanti yena sebemkhomba la Q khona mlazi kanti udadewabo kuthiwa nguxoliswa yena ongasekho emhlabeni.wasithola ku nokthula mina nomfowethu ongelamayo 0neminyaka ewu26 ubudala syamdinga impela empilweni zethu.ngicela onolwazi athinte bakwakhumbulekhaya okanye mina 0749671227

Leave a Reply