Please help me find my father

Dear khumbulekhaya
Ngicela ningifunise ubaba wami engingamazi u James Nxumalo ongowokudabuka eNelspruit angazi kuphi eNelspruit. Wayehlala eplotini eLoendale befike ngecontract. Wayezwana nomama wami uHlomile Linnah Mazibuko owayesebenza kwenye yamaRestuarent khona eLoendale ubaba wayejwayelene kakhulu nomamncane wam uHappy Khumalo ongasekho, anginalo ulwazi kahle ngobaba ngoba nomama ubengathandi ukukhuluma ngaye uze wandlula emhlabeni Ngicela uma kukhona omaziyo angithinte kulezinamba 0717864444/0820565784 ngingajabula uma ngingamthola noma ngithole umndeni wakhe

Leave a Reply