please help find my son

Dear Khumbulekhaya.. Igama lami ngingu Nelisiwe Shabangu ngicela nginisize ngithole indodana yami uMlungisi Bha Shabangu owayethanda ukuzibiza ngo Nqgwenya. Ngagcina ukumbona 2001 wayehlala nomama Wam osewadlula emhlabeni umPhakathi eHaladu KwaZulu Natal.uMlungisi wayefunda eCelumusa high school ethanda ukucula kakhulu…sengibheke yonke indawo kodwa lutho ukumthola iKhumbulekhaya sekuyithemba lami lokugcina.

Leave a Reply