olahlekelwe

Sawbona sisi Andile

Igama lami ngingu Nonkululeko Khoza nghlala e Durban e ndaweni yaseChatworth, ngicela ningifunise ubaba wami igama lakhe u Sthembiso Mbhi Khoza.
ubaba wayewumuntu obhungukayo kodwa la wahamba khona akaphindanga wabuya kwakungunyaka ka 2006 nami ngangisamncane, engikukhumbulayo wayehlala ka mancane wakhe oganele kwa Nene eMtubatuba esgodini sase Gunjaneni.kanti abanye baye bathi ubonakala ko Mpumalanga. Ngingajabula Kakhulu mangamthola esaphila.

Leave a Reply