Okuphuthumayo!

Sawubona Andile nethimba lakho

Ngicela ningifunisa ubaba womntwana wami uNduduzo Zakhele Gazu esagcinana naye eKapa ngizithwele,umndeni wakhe wathi useXopo,inkinga yami enkulu ingane ihlezi ingibuza uyise ngizamile ukuxhumana naye kusukela ngo2011 akasatholakali.
Ngingajabula uma ngingathola usizo

Leave a Reply