Ocela ukufuniswa

Ngicela ningifunise uMaria Mlokomu, ozalwa uThomas Mlokomu kanye noDudu Nkabini. Kuthiwa babehlala emaplazini ase randsburg eGoli, kuthiwa uBaba wakhe uThomas udabuka e hammanskraal. Ngezwa kuthiwa wake wavela ka-Khumbulekhaya efuna ukufuniswa umama wakhe ngo 2007 uDudu Nkabini.

Leave a Reply