Ningifunise ubaba wami uMshefane Mkhize

From Pona Ernest Nkosi
766 Finetown
Grasmere
1828

Dear Andile

Ngenhl;e impilo nemnandi. Andile ngibhalele kwaKhumbul’ekhaya ngenxa yokuphila kabuhlungu ukusuka ngisemncane, ngisakhula, engekho ozanginceda. Nicela ningifunise ubaba wami engingazange ngimaz kanti futhi angizange ngimbone. Igama lami wuPuna lelinye nginguErnest Nkosi, ngokuthi ngakhulela kubomamam ngisemncane. Ngafika khona kwaNkosi eSoweto, eZola south No. 26448A Zola 7 ngo 1959. Umama ungowakwa Makhuba, igama lakhe wuMainah Makhubo. Wangitshela ubaba ozala mina nguMshefane Mklhize ngowaseVaal . Angazi nokuthi kungakuphi lapho, angizange kengize ngifike nalapho, kanti ke azange aye nami lapho. Manje senginomuzi wami efinetown.

Please baba wami zibonajalise lapho ukhona. Uma kasekho ezweni. Ngazalwa ngo 1955. U mama naye kudala wangilahlekela. Ubaba ngimfuna nje izinto azingihambeli kahle. Khona manje kufanele ukuthi ngakhe ngiphinde ngivule isonto nje ngomphathi wenkonzo or umphathi wesonto, manje ngiyamdinga, ufanel;e abekhona.

Ngiyabonga

Leave a Reply