ngiyanibingelela kwaKhumbulekhaya

Igama lami nginguNelisiwe Ntombela ngicela ukhumbulekhaya angifunise ubaba Wam ongowase Orange Free State e Winburg endaweni yase Sonside igama lakhe u Johhanes xaba owayehlala nomkhulu uDudulu ufunwa indodakazi yakhe esesthombeni engeyase Shows e KZN igama likamama Wam uThokozan Princess Ntombela ngokuhlala ngihlala Eshowe emlalazi e 17 lokhu wagcinana nomama NGO 1979 engazalwa ngawo ngiyabonga kwakhumbulekhaya Nazi izi number zam 0798011041 enye ithi 0616211410

Leave a Reply