ngisacela ukufuniswa umamezala wami lona osesthombeni

Dear Khumbulekhaya,igama lami nguNompumelelo Nala ohlala endaweni yaseBhamshela,ngisacela ukufuniswa umama womyeni wami engingenasqiniseko sokuthi ubani igama lakhe masizwa kuthiwa uLungile Ngcobo uhlala eNtuzuma kwaE section wayethandana noMfihleni Nala kwaMaphumulo owayedriver ama meter tax e Overport ngeminyaka yawo 1977 kuthiwa washiya umnyeni wami kubabawakhe,ubabawakhe wabe esemnika intombi ayethandana nayo ogama layo nguMantombi Mthembu wakwaMaphumulo eMakhabeleni,uma simbuza ngomama uthi akazi lutho ubaba akamtshelanga lutho futhi uvele avuke ngolaka,syamdinga kakhulu ukuze sizolungisa izinto ekhaya masizwa umama kuthiwa wayenguthisha ngaleyominyaka yawo1977 kwezinye zezikole zaseMaqadini,wayanase Lindelani eThekwini wafundisa kwenye iprimary.Ngyabonga

Leave a Reply