Ngifuniseni u Nomusa Mathebula

Igama lami ngingu Masekwana Een Ngcobo wase Kzn South Coast Kwanzimakwe esigcemeni sakwa Woza, EMGONGUNDLOVU. Ngizalwa u Qathimpi Ngcobo beno Nomusa Mathebula wase Ndwedwe eThekwini. Ngifuna umama uNomusa Mathebula engadukelana naye nomndeni wakhe ngoba ngathathwa ubaba ngakhuliswa uyena. Ubaba wayesebenza kwa Department of human settlement e Spingo. Manje ngithola kunezinto zesiZulu ezidinga umndeni wakuboka mama, nokuthi ke nje ngibazi ngibabone.

Bake bahlala bobabili eSpingo khona eThekwini. Ngicela usizo ngimthole noma ke umndeni wakhe uma ngingaluthola.

Ngiyabonga. Ngingathinteka ku 0736860072/ 0837240599

Leave a Reply