Ngifuna umzala wami

Dear khumbulekhaya ngicela ningifunise ngomzala wami ,uJoseph Pinky Yira owalahleka ngomhlaka 2001 ,owasuka nje wahamba wanyamalala ehlala ephola park ethokoza.akwaziwa ukuthi walibhekisaphi,,ufunwakalu umamkhulu wami ongumamakhe uReginah Yira.sicela umakukhona owaziyo ngaye uPinki Yira athintane nathi kulenombolo elandelayo 0763998517 noma ku0730500763.

Leave a Reply