Sanibonai igama lami ngingu Bongiwe Patricia Mavimbela ngihlala e Dannhauser emafusini sisuka endaweni yesonto lama Luthela khona eDannhauser abaningi bangazi ngo Mabongi. Ngicela ningifunisa ubhuti wami owanyamalala ngo 1996 wagcina ebonakala E Glencoe eduze kwase Dundee ngike ngazama ukumfuna kodwa ngahluleka abanye bathi kungenzeka wahamba nezikontileka ezazakha izindlu zikahulumeni abazi kuthi kungabe wahamba nayiphi ngoba enye bathi yaya e Howick enye eMaritziburg enye e Mooi River siyacela uma kukhona omaziyo azisize nomtwana wakhe uyamdinga manje usekhulilie ino yam ithi 0818735557 ngiyabonga
![](https://khumbulekhaya.net.za/wp-content/uploads/2017/03/2017-03-06-15-47-26-160.jpg)