Ngifuna ubhuti wami

Sanibonani igama lami ngingu Bongiwe Mavimbela e Dannhauser e Mafusini.. Ngicela ningifunisa ubhuti wami igama lakhs ngu Nkosinathi Richard Mavimbela owahamba NGO 1996 sagcina ukuzwa ngaye kuthiwa use Glencoe ngase Dundee ngike ngazama ukuya ukuyomfuna kodwa angimtholanga abanye bathi kungenzeka ukuba wahamba nezi contract ezazakha izindlu zikahulumeni enye bathing yaya e Howick enye e Mooi-River enye yaya e Maritziburg. Sicela onolwazi asithinte kulenombolo 0818735557. Nkosinathi Richard Mavimbela ozalwe NGO 6904265423084.Cc Andile sicela usizo lwenu kwakhumbulekhaya.ngiyabonga.

Leave a Reply