Ngifuna u Sbongiseni Msomi

Ngingu Bonga waka Msomi osesithombeni ngicela ukufuniswa u Sbongiseni Msomi owayezalwa U Kinya Msomi kanye nomama wakhe u Sindi ngabangcina behlala e Clermont e Ndunduma no baba ngezwa kuthiwa umfowethu wahamba nomama wakhe babuyela e Transkai, ongaba nolwazi ngicela angithinte ku 0838575403 noma yena u Sbongiseni, Sbongiseni Msomi siyakudinga ekhaya

Leave a Reply