Ngifisa ukwazi izihlobo zikababa osesithombeni

NGithanda ukubingelela ithimba lakwa khumbula ekhaya, ngicela ningifunise umndeni wakwa Dan Themba Molefe noma Busani odabuka e Harrismith waza ethekwini ezosebenza waze wabanomuzi akabanga asabuyela ekhaya kwaba ukulahlekelana nomndeni wakhe kanjalo , Inhliziyo yami ingajabula nje mengase ngithole oyedwa wezihlobo zika baba wami . obhalile indodakazi yakhe uNolungelo … ngitholakala ku 0722983717 /0715162962

Leave a Reply