Ngifina uMama wami

Sanbonan igama lami ngingu Sphamandla Ntshayintshayi eMahlabathini Ozweleni ngifuna uMama ongu-Ncinci Hadebe odabuka e-Eastern Cape eCiskie engamgcina ehlala eNanda Ethekwini ezimangweni obehlikisana noPhazamisa Ntshayintshayi (ubaba wami) obehlalala esulabasha ehostela la kwaMashu . Okuningi angisakukhumbuli kahle ngoba ngangisemncane ngalesoskhath behlukana. Ngyabonga.

Leave a Reply