ngidinga ubaba wami

Sanibonani babukeli igama lami uPhumzile Xulu ngineminyaka ewu39 ngihlala eMpangeni eskhawin ngazalelwa kwaMaphumulo.Ngicela ningibhekise ubaba wami engingamazi igama lakhe uThemba Mgobhozi mangizwa kuthiwa ungawase Egrarkville abanye bathi lease Shaka.Wayethandana noFikile Makhathini owakwaMaphumulo
Mangimbuza umama akafuni ukungitshela lutho.Ngiyacela ningibhekisa yena ngitholakala kulezi namba 0765858566 noma 0735090672 ngyabonga

Leave a Reply