ngichela ningifunise ubaba wami

Sawubona sisi And ill
Igama lami nginguNokuthula Solomon, umama wami yena nguThembisa Shila Nqumama. Ngichela ningifunise ubaba wami angimazi soloko ngazalwa azakhe ngamubona kodwa kuthi isibongo sakhe ngowaka Dlamini igama angilazi kuthiwa bahlanganela eZibisi eDeyviton bekayitaxi driver..plc help me ngiyamudinga anginabani empilweni nomama wasishiya ngo1996 plz ngiyachela

Leave a Reply