Ngichela ningifunise ubaba wami

Sawubona sisi Andile
Ngibhala nje ngifuna ubaba wami angilazi igama lakhe kodwa kuthiwa isibongo sakhe ngDlamini, banomama wami uThembisa Shila Nqumama bahlanganela eDeyviton eZibisi, ubaba kuthiwa bekawumshayeli wamataxi, ngiyamudinga empilweni yami ngoba nami manje nginezingane .ngiyafisa ngelinye ilanga bamazi umkhulu wabo. .ngiyabonga

Leave a Reply