Ngicela usizo lokufuniswa umndeni wami

Igama lami ngingunokuthula Shangase ngicela ukufuniswa umndeni kamama wami usbongile mathula skhakhane adukelana nawo esemncane emva kokushona kukamawabo igama lakhe okwakungu King, ubaba wabo kungu Jobha Skhakhane kanti amagama abafowabo kwakungu Bhasha elinye kungu Phimbo owesibili kungu Mreh umalumewabo kungu Davide Ncube wayenomuzi eThalane emabhodleleni omunye umalume wabo kungu Mfiki babehlala e Dundee ngasemalahleni ngicela usizokkhulu I into azisilungeli njengoba umama wami engenakhaya engenabani nokumele kugcinwe ekhaya kubo kamama asikwazi ngob akanamuva akanaphambili

2 responses to “Ngicela usizo lokufuniswa umndeni wami

Leave a Reply