Ngicela ukufuniswa uS’lindile Ndlovu (Cele) eHarding

Hi Andile, Igama lami ngingu Sibusiso wakwa Cele eHighflats. Ngicela ukufuniswa indodakazi yabhuti wami engingakaze ngiyibone. Igama layo nguSilindile (Cele) Ndlovu ozalwa ngu Nokthula Ndlovu. Ngikholwa ukuthi wazalwa late ngo 1998 or ngo 1999. UNokthula kuthiwa ungowokuzalwa eHarding kodwa ngabo 1998 wayehlala eMlazi kwa G. Kuthiwa uke waba mningi eGlebelands ngabo 2000/2001. Ngicela noma ngubani ongaba nolwazi angisize ngimthole. My number is 062 256 2046.

Leave a Reply