Ngicela ukufuniswa umzala wami uMakhosazane Nzama

Ngicela ukufuniswa uMakhosazane Nzama ozalwa nguSbongile Skopeyane ababehlala eMbumbulu. Ubaba kaMakhosazane kwakungu Spoksi Ngcobo wasendawen yakwaDumisa emizlande owadlula emhlabeni ngabo 1997. UMakhosazane sagcina ukumbona ngela kwakufihlwa ngalo ubaba wakhe uSpoksi. UMndeni kababa wakhe kwakhona umama kababa wakhe umaGumede Ngcobo, usisi kababa wakhe uSebenzani kanye noGedion owayedume ngelika Kele.

Syamdinga ekhaya kuningi angasakwazi ngomndeni kababa wakhe . Sisahlala lapho aye azi khona eDududu esgodini sakwaNtontonto.

Inamba engitholaka kuyo 0788610291

Leave a Reply