Ngicela ukufuniswa umfowethu osesithombeni

Sanibonani,
Ngingu Thenjiwe Mhlophe ohlala eHammarsdale Unit 2 B1157 Landela rd ngaseweseli, sicela usizo lokufuniswa umfowethu omncane uMmeli Advocate Mhlophe owaduka ngasekuqaleni kwalonyaka waphuma eya ethekwini asiphindange sambona ngalesosikhathi kwakunezimpi zexenophobia ,sicela ombonayo noma owaziyo lasingamthola khona afonele 073 436 1718 noma 031 570 7525 izingane zakhe ziyambuza njalo njengoba abehlala ehleli nazo .
Siwumndeni singajabula ukumthola njengoba sikhathazekile ngaye, sesizamile ukumbheka kwezinye izindawo kodwa asiphumeleli.

Siyabonga kakhulu

Leave a Reply