Ngicela ukufuniswa umama wami

Dear Khumbulekhaya
Igama lami ngu Skhulu Mchunu ohlala Emlazi Kwa D.

Ngicela uKhumbulekhaya ungifunise umama wami engingamazi USbongile engingasazi isbongo sakhe, owangishiya ngisaneminyaka emihlanu uma ngingaphosisi, owahamba wathi uyakubo eNewcastle phindanga wabuya.

Umama wami weza ngokuzofuna amatoho la eMlazi, ubesebenza kwaZiqubu as a Domestic Worker.

Ngiyothokoza kakhulu uma iscelo sami siphumelelile ngoba umama wami ngiyamdinga kwazise nobaba wami kade azidlulela emhlabeni.

Yimina ozithobayo
Uskhulu

My number is 0739732740 for more information.

Thank you!

Leave a Reply