Ngicela ukufuniswa ugogo wami

igama lami ngingu sthokomele matshengi mbatha enkonjeni ngicela ukufuniswa ugogo wami u regiana piklile madlopha owaye shedele kwa mbatha enkonjeni wagcina ukubonakala e newlands e durban wahamba ngabo 1973 ekhaya kusolakala ukuthi wafika wathola umtwana womfana igama lakhe umazwi okusolakala ukuthi lowo bhuti besebenza e nanda renk ngicela ongamazi angisize ngiyabadinga yimi umzukulu usthokomele mbatha olundi, isithombe sami lesi engisifakile.

Leave a Reply