Ngicela ukufuniswa ubhuti wami

Sawubona khumbulekhaya igama lami ngingu Phathokwakhe Richard Kunene ozalwangu Bawelile Zandile Gazu. Bengicela ukufuniswa umfowethu engingamazi igama lakhe uSifiso Gazu waseNkandla bahlukana kudala nomama ngizwakuthiwa ungala koNtabankulu wahamba nobabuSibiya, ngicela usizolwena nonke eningaba nolwazi ngaye ningithinte kulenamba (0795320497)ngincede khumbulekhaya

Leave a Reply