Ngicela ukufuniswa ubaba womtanam

Dear khumbule khaya bengisacela ningifunise ubaba womtanami ongu Vusi wakwa Sbiya endaweni yase Gqwagqwa eMansumansu owayehla no baba usbiy,ngokuzwa kuthiwa usehlala emnambithi,Mina ukusuka kwam emensumansu ngabaleka ngibuyela edurban kubo kamawami uGasta Radebe ngangingazi ukuthi ngimithi ngathola sengise Durban ngiyobonga kakhulu uma ningitholela yen ingan iyamdinga danki

Leave a Reply