Ngicela ukufuniswa ubaba wami engingamazi wahamba ngisase mcane

Sawubona Andile, ngisacela ukufuniswa ubaba wami engingamazi owahamba ngisasemcane wangipha lona leligama lika Retha,udabuka eStenga kodwa yena ubehlala eNanda eMachobeni igama lakhe u Widas Boxer Shabane, izingane zakhe, uNjikiza Shabane,Mariah Shabane.

ngingajabula uma kungakhona omaziyo noma owazi oyedwa kulaba.

Ozithobayo
Retha Dlamini

Leave a Reply