Ngicela ukufuniswa ubaba wami

Dear khumbulekhaya igama ngingu Thabane Wiseman Ndlovu ngihlala e Newcastle Osizweni bengicela ningifunise ubaba wami obesebenza e Dannhouser emayini yase Dunacoal mine owahamba ngabo 1990 mhla kuxoshwa amaXhosa selokhu ahamba angiphindanga ngambona kanti ngiyamdinga empilweni yami izinto zami kazihambi kahle engine zingane ngiya dinga ukuzenzela usiko lwakubo igama lakhe ngu Bartas Ndala obeganwe ngu Madlamini izingane zakhe ngu Ncomeka no Nomayeza ungowokudabuka e Transkai Elusikisiki ngingathokoza uma ngingasizakala

Leave a Reply