ngicela ukufuniswa izihlobo zikaJOHANES BONGANI MOLOTSI

DEAR KHUMBULEKHAYA Ngicela ukufuniswa izihlobo zikaJOHANES BONGANI MOLOTSI kusolakala ukuthi udabuka eMARIKANA esigodini saseBABONG khona eMARIKANA abafowabo uMOSES,uSKHOSANA obuye abizwe ngoBAFANA kanyenoTHOLI.odadewabo uKHETHI oshadele KAMBATHA,uBHELLA kanyenoEMELLI Kanti kukhona namawele azalea umfowabo uMOSES amagama about uSBONGILE noSBUSISIWE ngikengabhala ekuQaleni olunye ulwazi olugcwele ngingakabinalo ngicela onolwazi athinte ukhumbulekhaya noma angithinte ku0765848999 ngiyabonga

Leave a Reply