ngicela ningifunise usisi wam omncane

Dear sisi andile igama lam ngingu nokwazi mavimbela ngicela ningisize ningifunise usisi wam omncane unosipho mavimbela ,owahamba nobaba wakhe ukhilili sishi ,wamthatha ngonyaka ka 2002 esimncane umama engekho ,igama lika mama wethu usamkelisiwe sbongile mavimbela ,usisi wam lona esimfunayo wazalwa ngo june 1996 ,plz sis andile sicela nisisize asikhululekile nomama uyamufuna umntwana

Leave a Reply