Ngicela ningifunise umama uMakhosazana Winnie Dladla known as MaZibane

Umama wanyamalala ngo 31 July 1990 eBuhlenj endaweni yase Matabetulu enanda. KwakuyiSabatha egcinwa ukubonwa kuze kube nanamhlanje. Wayengaphilanga kahle empilweni okwagcina sekumenza abuye alahlekelwe umqondo. Washiya ezingane ezine okungo Sandile Ntombifuthi Nhlanhla kanye no Vusi owazi ngo Bho. Lapho ayeganele khona kuseNdwedwe andaweni ya Mona. Izingane zakhe ezintathu sezidlulile emhlabeni. Sicela loyo ongaba nolwazi ngaye axhumane no Khumbula ekhaya noma àsisize simthole noma sazi kwenzekani kuye. Ngiyabonga Sandile Dladla

Leave a Reply