Ngicela ningifunise umama okanye unmdeni wakhe.

Igama lami ngu Nombuso waka Zulu ngicela ningifunise umama wami ogama lingu Ellen Shangise.Umama wanikezela ngami kubantu baka Zulu yena wayegcinwe ehlala eMandeni kwa Shandu ubaba owaye wumfundisi wase zion,lapho babehlange khona nalomama owangikhulisa.Wayenengane ewumfana nayo eyasala lapho kwaShandu emanadeni egama liwuSiyanda, naye ngingathanda ukuxhumana naye,Angimazi umama bengingathanda ukuxhumana naye uma esaphila okanye abantu bakubo.Uma kukhona onolwazi ngo mama uEllen Shangisa bengicela nigixhumanise naye.

Ngiyabonga Nombuso Zulu.
083 3940 188
073 4600 234

Leave a Reply