Ngicela ningifunise umama kamama

Dear Andile
Igama lami nginguGugulethu Mkhwanazi ngicela ningifunise undeni wakubo kamama wakamama wami esingawazi.umama uthi uzwa bath I umama wakhe owakaNdinisa isibongo kodwa futhi akanaso isiqiniseko salokho.ubaba kamama uAron Nkosi owayesebenza eVryheid engikholwa ukuthi yilapho abahlangana khona nogogo engingakaze ngimbone.igama likamama uNomusa Lillian Nkosi,umfowabo uBongani Abel Nkosibahlala eDumbe.uthi umama ugogo wahamba nengane yakubo eyodwa utshelegumbi .ngicela makukhona owaziyo ukuthi kwenzakalani athinte ukhumbulekhaya.ngiyabonga

Leave a Reply