Ngicela ningifunise ubaba

Igama lami ngingu Nelly Portia Thela ozalwa ngu Busisiwe Harriet Thela (osashona) ngazalwa mhlaka 12 October 1992 ngizalelwa eMbhuleni hospital eNhlazatshe. Ubaba wam anginalo ukwazi ngaye kodwa ngokusho kwekhadi lase kliniki nguSipho Gaba. Bakwethu ngokomphefumulo ngikhubazekile ngokuze ngibe neminya engu 24 ngingakaze nje ngazi umnden wam. Ukunginceda kwenu kuyongelapha kakhulu emoyeni

Leave a Reply