Ngicela ningifunise lo owangidukela

Igama lami Thandazile Mdlalose eMooi river Avalon farm .ngineminyaka 28 ngicela khumbulekhaya ningilekelele ngokufuna ubaba wami engingamazi .Igama lakhe France Gumbu eTranskaai idolobha lakhe bath I kwakuyi Nelspruit yena ehlala emaplazini kwa Petorious.uke wasebenzela LA eKZN ngabo 1985 kula ehlanhane KHONA nomama wathola Mina nomfana omdala kunami una30yrs yena .igama lakhe uThulani ubaba uysmazi uThulani Mina wahamba umama ezithwele ngingaka zalwa igama likamama Irene Thembekile Phungula.ngiyacela ningisize bandla ngyamdinga ubaba izinto zami azihambi neze kahle esikoleni ngaze ngyeka nasemsebenzini akuhambi kahle .ngingajabula kumazi nje hlampe lokho kungaletha ushintsho empilweni yami .amagama engine zakababa ezinye zazo umama asazikhumbula Morongwa,Kerebone&aMamma okunye ngngakuchaza uma sengixhumene nani kodwa ngyacela onombolo engtholakala kuyo 0740124965 ngiyabonga

Leave a Reply