Ngicela ningifunisa usisi

Igama lami Nokuthula Sithole ngidinga ukufuniswa usisi wami omncane igama lakhe Kholeka umama wakhe Lindiwe Gcimisa kanti ubaba wakhe Bhekani Ndaba osuka Bergville ngamugcina ngonyaka ka2003 eneminyaka emibili sasihlala pietermaritzburg lapho baba nomama wakhe bahlangan khona,indawo lapho umama wakhe asika khona angisayikhumbula bengingacela ningisiza ngthole udadewethu syamdinga kakhulu ngiyobonga uma ngingasizakala…

Leave a Reply