ngicela kufuniswa ubaba Jabulani Enoch Sibisi wase Carto Ridge

Hi. Igama lami ngu Nomusa Sibisi. Ngicela ukufuniswa ubaba wami Jabulani Enoch Sibisi. Ngahlukana naye ngonyaka ka 1990 ngineminyaka engu 4. Wayakhe e KZN e Cato Ridge esigodini okuthiwa yi Sankontshe. Umfowabo omncane kwakungu Themba Sibisi udadewabo kungu Makhosi kanye no Tozi Sibisi. Ngiyabonga. Onolwazi angashiya I comment langaphansi noma angithinte nge email …. sibisi.nomvula@gmail.com

Leave a Reply