Ngicela kufuniswa mfowabo kababa

Gama lami nginguSthembile Mabaso ngicela kufuniswa mfowabo kababa uSamuel Nana Mabaso owahamba eya eGoli ngenxa yobuphofu ababhekana nabo ekushoneni kwabazali babo.Abafowabo uJohn Bafana Dala Mabaso kanye noMichael Muziwempi Mabaso.Babezalwa uLuwiza Mamsabe kanye noBen Mabaso babehlala endaweni yase Ten and Three eShallcross eThekwini.Ngyabonga kakhulu

Leave a Reply