Ngadukelwa ubaba wami

Igama lami nginguThobile Simamane lona osesithombeni, ngicela ningifunise ubaba wami engingamazi,washiya umama uThembisile Vuku Gcaba engikhulelwe wayenenyanga eyodwa ngaleso sikhathi,igama lika baba uBongani Simamane,igama likayise uBantubenkani Simamane,wahamba wangaphinde wabuya, umama wayehlala eNtabamhlophe ngaso Tongaat.

Leave a Reply