My name is Sindisiwe Khumalo

Dear Andile bengisacela ukufuniswa umama wami engingamazi ogama lakhe ngu Lindiwe Hadebe wangishiya nogogoozala ubaba endaweni yase Dannhauser emahhayoyo. Igama likababa wami ngu Nozi Nicholas Khumalo owayesebenza endaweni yase Glencoe ngase Dundee. Lindiwe kuthiwa ungowase Escort endaweni yase Makhalathini kunengane engu Sipho ayishiya nomamncane wakhe ngingajabula ukuthola noma umndeni wakwa Hadebe ngiyabo

Leave a Reply