Missing uncle in law Simon Dlangamandla

Dear Andile and the team ngicela nisisize sifuna umalume wethu lona osesithombeni walehleka ngo October 2007 .Wathathwa yi Ambulance Ezenzele(Daveyton) ngoba engaphilanga emuyisa EFar East Hospital isibhedlela esiseSprings .Sathi uma siya esibhedlela ngelanga elilandelayo sangamthola sazama ukubika emaphoyiseni saya nasemakhazeni (Motuary)ahlukene nezibhedlela kodwa lutho ukumthola .Umalume ufunwa ngabodadewabo ababili uJosephine Mavi (Dlangamandla)Nonhlanhla Mavi (Ndlangamandla) nomshana wakhe u Vusi Khumalo kanye namadodana wakhe uJabu no Bongani .Sicela unolwazi ngaye aphonele uVusi (079 980 9049) noma Bongani(0761083134)Regards Dinah Ndlangamandla

Leave a Reply