missing person

Sanibonani,mina nginguBusisiwe Mthembu ohlala eclermont ngicela ukufuniswa uBafikile Mthembu wayedabuka ka Maphumulo. eStanger kwatshobho,owanyamalala 1990, eyofuna umsebenzi, thiwa waye sebenza espingo emajalidini, kwaba ukumgcina kwethu asiphindanga sezwa ngaye, umuntu wayezwana naye thiwa u Charles Mvubu wayehlala eMlazi wayesebenza kwa Telkom,kodwa naye asimazi sezwa kushiwo,sacela nisifunise yena abamaziyo .siyabonga

Leave a Reply