Missing person

Isicelo sokufuniswa
sicela nisifunisa usbusiso funokwakhe biyela owaziwa ngelika msholozi. Wazalwa ngonyaka ka 01 august 1976, wahamba ngonyaka ka 2006 kujanuary. Wahamba engumuntu oyofuna umsebenzi e goli, ehamba nomlungu waso phapheni bezofike basine ingoma wagcina engasabuyanga. Abagcine ukumbona bathi bagcina bembona endaweni yase honeydew khona egoli. Emva kwalokho abaphindanga bambona.
Sicela onolwazi noma oke ambone athintane nomdeni wakhe kulezi’nombolo ezilandelayo, u babawakhe ongu siyasonke biyela (079 7610 642) noma udadewabo omdala u bongiwe nkosingiphile biyela, owaziwa ngelika mabongi ku 060 3569 006. Igama likamama wakhe ngu zibuyisile hanjisiwe shandu was’oyemeni ngase showe endaweni yase manzimeleni nokuyilapho ikhaya lakubo kasibusiso likhona. Kanti indabuko yabo ise mangadini enkandla kwesakwa biyela. Ningathithana futhi nomama mrs mchunu (masbisi) usihlalo wakwa nokwenza npo kulenombolo (072 1540 114)
siyobonga ukuthola usizo

Leave a Reply