missing person

Sawubona khumbulekhaya ngicela ukufuniswa umuntu ongamalakhe mthandeni mkhwanazi wakwa Zulu emntuba ngasese sqhiwini ufunwa yimi osesithombeni noma onolwazi ngaye ngicela angixhumanise naye kule number 0715764195 ngiyamudinga kakhulu Mina ngise msinga ngiyabonga uma ngingathola ukucedakala

Leave a Reply