missing father

sawubona khumbulekhaya igama lami nginguzama ntshangase emlazi ngifunda emangosuthu university of technology ngenza (Electrical Engineering) ngicelo usizo ngicela ukucingiswa ubaba wami uJUDARS Mngomezulu owayehlala emadlankala ngasesikhawini owahlukana nomama kuzozalwa mina babesenengane eyodwa yentombazane. Ubaba walahleka umama esezongiteta ubaba wanyamalala lapho until now .Umama sewazewashona nengane eyayikhona emhlabeni basishiya bobabili emhlabeni nabantu bebemazi ubaba sebeshone bonke ekhaya manje mina uma sivalela amaholidy ngihlezi ngihleli emzini yabantu lokho okungikhathaza kakhulu so ngifuna igazi lami manje ngicela ningibhekisa yena abambonayo bathi bajwayele ukumbona Enseleni nase14 eRICHARDS BAY so ngicela ningitholela yena.ngingajabula kakhulu uma ngimthola nenhliziyo ingabanokuthula .contact 0796153377 igama likamama uFikelephi Biyela owayebizwa ngalo ngiyabonga

One response to “missing father

Leave a Reply