Missing

Dear khumbulekhaya igama lami Nkosikhona Nxumalo ngihlala eMandeni ngina 26 years old. Ngicela ukufuniswa umama wami ogama lakhe Elizabeth Nxumalo owayehlala eShakaville close to house number 39 washiya esbhedlela ngoba ngigula wangabe esalanda eshiya Stanger hospital ngina 1years old . Ngiyamdinga kakhulu nginengane ena 1 years old eyami manje idinga ukwazi ugogo wayo idinga ukwazi umkhulu wayo nami ngiyamdinga for ukwenza amasiko akithi Lana ehlala khona akwazi kwenza lutho . Kubuhlungu ukukhula ngaphandle kwakhe ngikhule kanzima ngoba nogogo owathatha esbhedlela usashona so ngasengifundisa ngibambhela amatoho kuze kube I manje ngiyacela lakhona . Please ngiyamdinga Elizabeth Nxumalo kubuhlungu ukuphila lempilo nokuphila ngaphandle kwakhe . Ngihlala eMandeni Mangethe inumba eningathola kuzona 0717418193/0839977415 noma ngubani wakuleyondawo angisize amtshele ukuthi ngiyamdinga. Ngiyobonga kakhulu makuphumelele iscelo sami kuyaphuthuma.

2 responses to “Missing

Leave a Reply