missing

Ngicela ukufuniswa owesifazana ogama lakhe kungu Jameilla Hamisa,nginengane naye,ngangihlala eKZN eNN ngo 2011 kodwa manje sengizinze eCape Town,ngifisa ukuxhumana naye mayelana nengane ngoba ngalahlekelwa yinombolo yakhe yocingo,onolwazi ngaye angangithinta kulenamba 0824283574,igAma lengane uSiyabonga,ngifisa ukuba yinxenye yempilo yomntwana,ngiyazi angenzanga kahle ekuqaleni ngoba ngangingaziphethe kahle

Leave a Reply